Izithakazelo Zakwa Dlamini (AmaZulu)

Lapha sinilethela izithakazelo zakwa Dlamini laba abangama Zulu
Sibalukhulu,
Mdlovu, Magaduzela,
Magaga kaNsele,
Wena owashisa umuntu ngesikhuni esibunjini kwaze kwasa eyobayoba,

Izithakazelo Zakwa Dlamini (Ziyaqhubeka)

Mgoqo ovimb'esangweni nansi impi,
Izwe lafa ngathini na?
Wena owabonela empunzini ukuthi kuyabalekwa ngoba yona yabaleka yaziphonsa ocingweni,
Ngonyama
Ziphelela khona lapha ke izithakazelo zakwa Zulu abanye abazibiza ngokuthi Dlamini clan names kanti abanye bona bathi Dlamini praises.

Sinazo futhi ezilandelayo:
Previous Post Next Post